← Psalms (94/150) → |
1. | Nkosi, Nkulukulu wempindiselo, Nkulunkulu wempindiselo, khanyisa! |
2. | Phakama, Mahluleli womhlaba, uphindisele umvuzo kwabazigqajayo. |
3. | Nkosi, koze kube nini ababi, koze kube nini ababi begiya? |
4. | Bepopota, bekhuluma okunzima, bonke abenzi bobubi bezikhukhumeza? |
5. | Nkosi, bayabaphohloza abantu bakho, bayalihlupha ilifa lakho. |
6. | Babulala umfelokazi lowezizweni, lentandane bazibulale. |
7. | Kanti bathi: I Nkosi kayiboni, loNkulunkulu kaJakobe kananzi. |
8. | Qedisisani, lina bobunyamazana phakathi kwabantu; lani ziphukuphuku, lizahlakanipha nini? |
9. | Yena owagxumeka indlebe kezwa yini? Owabumba ilihlo kaboni yini? |
10. | Yena olaya izizwe kajezisi yini; yena ofundisa umuntu ulwazi? |
11. | I Nkosi iyayazi imicabango yomuntu ukuthi iyize. |
12. | Nkosi, ubusisiwe lowomuntu omlayayo, omfundisayo okomlayo wakho, |
13. | ukumphumuza ezinsukwini zobubi, kuze kugejelwe omubi umgodi. |
14. | Ngoba i Nkosi kayiyikubalahla abantu bayo, kayiyikulitshiya ilifa layo. |
15. | Kodwa isahlulelo sizabuyela ekulungeni, labo bonke abaqotho enhliziyweni bazakulandela. |
16. | Ngubani ozangisukumela amelane lababi? Ngubani ozangimela kubenzi bobubi? |
17. | Uba i Nkosi ibingesilo usizo lwami, umphefumulo wami ubuzaphosa uhlale ekuthuleni zwi. |
18. | Lapho ngathi: Unyawo lwami luyatshelela, umusa wakho, Nkosi, wangisekela. |
19. | Ebunengini bemicabango yami engaphakathi kwami induduzo zakho zithokozisa umphefumulo wami. |
20. | Isihlalo sobukhosi sobubi singahlanganyela lawe, sibumba inkohlakalo ngomthetho yini? |
21. | Bayahlangana ukumelana lomphefumulo wolungileyo, balahla igazi elingelacala. |
22. | Kodwa i Nkosi iyinqaba yami, loNkulunkulu wami ulidwala lokuphephela kwami. |
23. | Izaphindisela phezu kwabo ububi babo, ibaqede enkohlakalweni yabo; i Nkosi uNkulunkulu wethu izabaquma. |
← Psalms (94/150) → |