← Psalms (88/150) → |
1. | Nkosi Nkulunkulu wosindiso lwami, emini, ebusuku ngakhala phambi kwakho. |
2. | Umkhuleko wami kawuze phambi kwakho; beka indlebe yakho ekukhaleni kwami. |
3. | Ngoba umphefumulo wami ugcwele ukuhlupheka, lempilo yami ifinyelela engcwabeni. |
4. | Ngibalwa lalabo abehlela emgodini; nginjengomuntu ongelamandla. |
5. | Ngikhululwe phakathi kwabafileyo, nginjengababuleweyo abalele engcwabeni, ongasabakhumbuliyo; ngoba bequnyiwe basuswa esandleni sakho. |
6. | Ungifakile emgodini ongaphansi kakhulu, emnyameni, ekujuleni. |
7. | Intukuthelo yakho iyangeleka, la ngawo wonke amagagasi akho ungihluphile. Selah. |
8. | Ususele khatshana lami abejwayelene lami; wangenza ngibe yisinengiso kubo; ngi valelwe, ngingephume. |
9. | Ilihlo lami liyaphela ngenxa yosizi. Ngikubizile lonke usuku, Nkosi, ngelulele izandla zami kuwe. |
10. | Abafileyo uyabenzela isimangaliso yini? Abafileyo bazavuka yini bakudumise? Selah. |
11. | Uthando lwakho luzalandiswa yini engcwabeni? Ukuthembeka kwakho encithakalweni yini? |
12. | Isimangaliso sakho sizakwaziwa yini emnyameni? Lokulunga kwakho elizweni lokukhohlwa yini? |
13. | Kodwa mina, Nkosi, ngikhalile kuwe, lekuseni umkhuleko wami uzakuza phambi kwakho. |
14. | Nkosi, ulahlelani umphefumulo wami? Ubufihlela ni ubuso bakho kimi? |
15. | Ngihluphekile ngingofayo kusukela ebutsheni, ngithwele ukwesabeka kwakho, ngikhathazekile. |
16. | Ulaka lwakho olutshisayo ludlulile phezu kwami, okwesabekayo kwakho kungiqedile. |
17. | Kungizingelezile njengamanzi usuku lonke, kungihanqile kanyekanye. |
18. | Ususele khatshana lami othandayo lomngane, abejwayelene lami bas e mnyam eni. |
← Psalms (88/150) → |