← Psalms (32/150) → |
1. | Ubusisiwe lowo osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sisitshekelwe. |
2. | Ubusisiwe umuntu i Nkosi engambaleli ububi, lokungekho inkohliso emoyeni wakhe. |
3. | Lapho ngathula, amathambo ami aguga ngenxa yokubhonga kwami usuku lonke. |
4. | Ngoba emini lebusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami; ubumanzi bami baguqulelwa ekomeni kwehlobo. Selah. |
5. | Ngakwazisa isono sami, kangifihlanga isiphambeko sami, ngathi: Ngizavuma iziphambeko zami e Nkosi ni. Wena wasuthethelela icala lesono sami. Selah. |
6. | Ngenxa yalokhu ngulowo lalowo owesaba uNkulunkulu uzakhuleka kuwe ngesikhathi sokuthola. Isibili, esikhukhuleni samanzi amakhulu kawayikufinyelela kuye. |
7. | Wena uyindawo yami yokucatsha, uyangilondoloza ekuhluphekeni, ungiphahle ngamahubo okukhululwa. Selah. |
8. | Ngizakulaya ngikufundise endleleni ozahamba ngayo, ngizakweluleka, ilihlo lami libe phezu kwakho. |
9. | Ungabi njengebhiza, njengembongolo engelakuqedisisa, omlomo wayo onqandwa ngomkhala langetomu, hlezi kusondele kuwe. |
10. | Zinengi izinhlupheko zomubi, kodwa othembela e Nkosi ni, umusa uzamphahla. |
11. | Jabulani e Nkosi ni, lithabe, balungileyo; memezani ngokuthaba, lonke baqotho enhliziyweni. |
← Psalms (32/150) → |