← Psalms (19/150) → |
1. | Amazulu ayazisa udumo lukaNkulunkulu, lomkhathi utshumayela umsebenzi wezandla zakhe. |
2. | Usuku kusuku luphumisela inkulumo, lobusuku kubusuku butshengisa ulwazi. |
3. | Kakukho nkulumo, kawakho lamazwi, lapho ilizwi lawo elingezwakali khona. |
4. | Intambo yawo iphumele emhlabeni wonke, lamazwi awo emkhawulweni womhlaba. Ulimisele ilanga ithente kuwo. |
5. | Elinjengomyeni ephuma ekamelweni lakhe, lithokoza njengeqhawe ligijima e ndlel eni. |
6. | Ukuphuma kwalo kusukela emkhawulweni wamazulu, lokuzingeleza kwalo kuze kube semikhawulweni yawo; njalo kakukho okufihliweyo ekutshiseni kwalo. |
7. | Umlayo we Nkosi uphelele, uphendula umphefumulo; ubufakazi be Nkosi buqinisile, buhlakaniphisa ongelalwazi; |
8. | izimiso ze Nkosi zilungile, zithokozisa inhliziyo; umthetho we Nkosi uhlambulukile, ukhanyisa amehlo. |
9. | Ukuyesaba i Nkosi kuhlanzekile, kumi kuze kube nininini; izahlulelo ze Nkosi ziliqiniso, zilungile zonke. |
10. | Ziyaloyiseka kakhulu kulegolide, yebo kulegolide elicwengekileyo elinengi; njalo zimnandi kuloluju lolujuluka ohlangeni loluju. |
11. | Futhi inceku yakho iyelulekwa ngazo; ekuzigcineni kulomvuzo omkhulu. |
12. | Ngubani oqedisisa iziphosiso zakhe? Ngihlanze kwezisithekileyo. |
13. | Igcine inceku yakho l ezonweni zokuzincoma; kazingabusi phezu kwami. Khona ngizakuba ngoqondileyo, ngibe msulwa esiphambekweni esikhulu. |
14. | Amazwi omlomo wami lezizindlo zenhliziyo yami kakwemukeleke phambi kwakho, Nkosi, dwala lami lomhlengi wami. |
← Psalms (19/150) → |