← Psalms (13/150) → |
1. | Koze kube nini, Nkosi, ungikhohlwa kokuphela? Koze kube nini ungifihlela ubuso bakho? |
2. | Koze kube nini ngizicebisa emphefumulweni wami, ngilo sizi enhliziyweni yami emini? Koze kube nini isitha sami siphakanyiswa phezu kwami? |
3. | Khangela, ungiphendule, Nkosi, Nkulunkulu wami; khanyisa amehlo ami hlezi ngilale ubuthongo bokufa, |
4. | hlezi isitha sami sithi: Se ngimehlule; l abangihluphayo bathokoze lapho nginyikinywa. |
5. | Kodwa mina ngithembele emuseni wakho, inhliziyo yami izathaba ngosindiso lwakho. |
6. | Ngizayihlabelela i Nkosi, ngoba ingenzele okuhle kakhulu. |
← Psalms (13/150) → |