← Psalms (12/150) → |
1. | Siza, Nkosi, ngoba owesaba uNkulunkulu ka se kho, ngoba abathembekileyo banyamalele basuka ebantwaneni babantu. |
2. | Bakhuluma okuyize, ngulowo lalowo lomakhelwane wakhe; indebe ezilalisayo, bakhuluma nganhliziyombili. |
3. | I Nkosi izaquma zonke indebe ezilalisayo, ulimi olukhuluma izinto zokuzidla; |
4. | abathi: Sizanqoba ngolimi lwethu, indebe zethu ngezethu; ngubani oyinkosi phezu kwethu? |
5. | Ngenxa yokubandezelwa kwabayanga, ngenxa yokububula kwabaswelayo, sengizavuka, kutsho i Nkosi. Ngizabeka ekulondolozekeni amvuthelayo. |
6. | Amazwi e Nkosi angamazwi ahlambulukileyo, isiliva esizanywe esithandweni somlilo senhlabathi, sihlanjululwe kasikhombisa. |
7. | Wena, Nkosi, uzabagcina, ubavikele kulesisizukulwana kuze kube nininini. |
8. | Ababi bayahambahamba inhlangothi zonke, lapho amanyala ephakanyiswa phakathi kwabantwana babantu. |
← Psalms (12/150) → |