← Psalms (119/150) → |
1. | Babusisiwe abaqotho endleleni, abahamba emlayweni we Nkosi. |
2. | Babusisiwe abagcina izifakazelo zayo, a bayidinga ngenhliziyo yonke. |
3. | Njalo kabenzi okubi, bahamba endleleni zayo. |
4. | Wena usulayile ukugcina ngokukhuthala imithetho yakho. |
5. | Kungathi izindlela zami zingaqondiswa ukugcina izimiso zakho! |
6. | Khona ngingayikuyangeka, lapho nginanzelela yonke imithetho yakho. |
7. | Ngizakudumisa ngobuqotho benhliziyo, sengifunde izahlulelo zokulunga kwakho. |
8. | Ngizagcina izimiso zakho. Ungangitshiyi ngokupheleleyo. |
9. | Ijaha lingayihlanza ngani indlela yalo? Ngokuqaphela njengokwelizwi lakho. |
10. | Ngikudingile ngenhliziyo yami yonke; ungangiphambuli emithethweni yakho. |
11. | Ilizwi lakho ngilifihlile enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe. |
12. | Ubusisiwe wena, Nkosi; ungifundise izimiso zakho. |
13. | Ngezindebe zami ngilandisile zonke izahlulelo zomlomo wakho. |
14. | Ngithokozile ngendlela yezifakazelo zakho njengaphezu kwenotho yonke. |
15. | Ngizazindla ngemithetho yakho, ngikhangele ezindleleni zakho. |
16. | Ngizazithokozisa ngezimiso zakho; kangiyikukhohlwa ilizwi lakho. |
17. | Iphathe kuhle inceku yakho, ukuze ngiphile ngigcine ilizwi lakho. |
18. | Vula amehlo ami ukuze ngibone izimangaliso ezivela emlayweni wakho. |
19. | Ngiyisihambi emhlabeni; ungangifihleli imithetho yakho. |
20. | Umphefumulo wami uyadabuka ngenxa yokulangathela izahlulelo zakho ngaso sonke isikhathi. |
21. | Ukhuzile abaziqakisayo abaqalekisiweyo, abaduha emithethweni yakho. |
22. | Susa kimi ihlazo lokudelela, ngoba ngigcinile izifakazelo zakho. |
23. | Iziphathamandla lazo zahlala zakhuluma zimelene lami; inceku yakho yazindla ngezimiso zakho. |
24. | Izifakazelo zakho lazo ziyintokozo yami, zingabeluleki bami. |
25. | Umphefumulo wami unamathele ethulini; ngivuselela ngokwelizwi lakho. |
26. | Ngilandisile indlela zami, wangiphendula. Ngifundisa izimiso zakho. |
27. | Ngenze ngiqedisise indlela yemithetho yakho, ukuze ngikhulume ngezenzo zakho ezimangalisayo. |
28. | Umphefumulo wami uyathonta ngenxa yosizi; ngiqinisa ngokwelizwi lakho. |
29. | Susa kimi indlela yamanga, unginike ngomusa umlayo wakho. |
30. | Ngikhethile indlela yeqiniso, ngibekile phambi kwami izahlulelo zakho. |
31. | Nginamathele ezifakazelweni zakho; Nkosi, ungangiyangisi. |
32. | Ngizagijima e ndlel eni yemithetho yakho, ngoba uzakhulisa inhliziyo yami. |
33. | Ngifundisa, Nkosi, indlela yezimiso zakho, njalo ngizayigcina kuze kube sekupheleni. |
34. | Ngiphe ukuqedisisa ngibe sengigcina umlayo wakho, yebo ngiwulondoloze ngenhliziyo yonke. |
35. | Ngihambisa endleleni yemithetho yakho, ngoba ngiyathokoza ngayo. |
36. | Thobisela inhliziyo yami ezifakazelweni zakho, kungabi semhawini. |
37. | Susa amehlo ami ukuze angaboni okuyize; ungivuselele endleleni yakho. |
38. | Qinisa ilizwi lakho encekwini yakho e zinik ele ukukwesaba. |
39. | Susa isigcono engisesabayo, ngoba izahlulelo zakho zilungile. |
40. | Khangela, ngiyalangatha imithetho yakho; ngivuselela ekulungeni kwakho. |
41. | Lezisa zakho kazize kimi, Nkosi, usindiso lwakho ngokwelizwi lakho. |
42. | Khona ngizakuba lakho ukuphendula ongithukayo, ngoba ngiyathembela elizwini lakho. |
43. | Njalo ungasusi ngokupheleleyo emlonyeni wami ilizwi leqiniso, ngoba ngithembele ezahlulelweni zakho. |
44. | Ngokunjalo ngizawugcina umlayo wakho njalonjalo, kuze kube phakade laphakade. |
45. | Ngizahamba ebubanzini, ngoba ngidinga imithetho yakho. |
46. | Njalo ngizakhuluma ngezifakazelo zakho phambi kwamakhosi, ngingayangeki. |
47. | Ngizithokozise ngemithetho yakho engiyithandileyo. |
48. | Ngizaphakamisela lezandla zami emithethweni yakho engiyithandileyo, ngizindle ngezimiso zakho. |
49. | Khumbula ilizwi encekwini yakho, ongenze ngathembela kulo. |
50. | Le yinduduzo yami ekuhluphekeni kwami, ngoba ilizwi lakho lingivuselele. |
51. | Abazigqajayo bangiklolodela kakhulukazi; kangiphambukanga emlayweni wakho. |
52. | Ngikhumbule izahlulelo zakho zasendulo, Nkosi, futhi ngiziduduzile. |
53. | Intukuthelo enkulu ingibambile ngenxa yababi abatshiya umlayo wakho. |
54. | Izimiso zakho zaba zingoma zami endlini yobuhambuma bami. |
55. | Ebusuku ngikhumbule ibizo lakho, Nkosi, ngigcine umlayo wakho. |
56. | Lokhu kwaba ngokwami ngoba ngigcinile imithetho yakho. |
57. | UJehova uyisabelo sami; ngithe ngizagcina amazwi akho. |
58. | Ngancenga ubuso bakho ngenhliziyo yonke; woba lomusa kimi ngokwelizwi lakho. |
59. | Ngazindla ngezindlela zami, ngaphendulela inyawo zami ezifakazelweni zakho. |
60. | Ngaphangisa, kangiphuzanga ukugcina imithetho yakho. |
61. | Amaxuku ababi angihanqile; kangikhohlwa umlayo wakho. |
62. | Phakathi kobusuku ngizavuka ukuze ngikubonge ngenxa yezahlulelo zokulunga kwakho. |
63. | Ngingumngane wabo bonke abakwesabayo, labagcina imithetho yakho. |
64. | Nkosi, umhlaba ugcwele umusa wakho; ngifundisa izimiso zakho. |
65. | Wenzele inceku yakho okuhle, Nkosi, ngokwelizwi lakho. |
66. | Ngifundisa ingqondo enhle lolwazi, ngoba ngikholwa imithetho yakho. |
67. | Ngingakahlupheki ngaduha, kodwa khathesi ngigcine ilizwi lakho. |
68. | Wena ulungile, wenza okulungileyo; ngifundisa izimiso zakho. |
69. | Abazigqajayo bangibhaceke ngamanga; ngenhliziyo yonke mina ngizagcina imithetho yakho. |
70. | Inhliziyo yabo inone njengamahwahwa; mina ngithokoza ngomlayo wakho. |
71. | Kungilungele ukuthi ngihlutshwe, ukuze ngifunde izimiso zakho. |
72. | Umlayo womlomo wakho ungcono kimi kulezinkulungwane zegolide lezesiliva. |
73. | Izandla zakho zingenzile, zangibumba; ngiphe ukuqedisisa ukuze ngifunde imithetho yakho. |
74. | Abakwesabayo bazangibona bathokoze, ngoba ngithembele elizwini lakho. |
75. | Ngiyazi, Nkosi, ukuthi izahlulelo zakho zilungile, lokuthi ungihluphile ngokuthembeka. |
76. | Umusa wakho ake ube yinduduzo yami njengokutsho kwakho encekwini yakho. |
77. | Izihawu zakho kazize kimi ukuze ngiphile, ngoba umlayo wakho uyintokozo yami. |
78. | Abazigqajayo kabayangeke, ngoba bangiphambukisa ngamanga; mina ngizazindla ngemithetho yakho. |
79. | Kabaphendukele kimi abakwesabayo, labazi izifakazelo zakho. |
80. | Inhliziyo yami kayiphelele ezimisweni zakho, ukuze ngingayangeki. |
81. | Umphefumulo wami uyaphela ngokulangatha usindiso lwakho; ngithembela elizwini lakho. |
82. | Amehlo ami ayafiphala ngokulangatha ilizwi lakho, ngisithi: Uzangiduduza nini? |
83. | Ngoba senginjengomgodla osentuthwini; kangikhohlwa izimiso zakho. |
84. | Zingaki insuku zenceku yakho? Uzakwenza nini isigwebo kwabangizingelayo? |
85. | Abazigqajayo bangigebhela imigodi, okungenjengokomlayo wakho. |
86. | Yonke imithetho yakho ithembekile; bangizingela ngamanga; ngisiza! |
87. | Baphosa bangiqeda emhlabeni, kodwa mina kangitshiyanga imithetho yakho. |
88. | Ngivuselela ngokomusa wakho; ngibe sengigcina isifakazelo somlomo wakho. |
89. | Laphakade, Nkosi, ilizwi lakho limi emazulwini. |
90. | Uthembeko lwakho lusesizukulwaneni lesizukulwana; wamisa umhlaba, usemi. |
91. | Ngokwezimiso zakho ku s emi lamuhla, ngoba konke kuzinceku zakho. |
92. | Uba umlayo wakho ubungesizo intokozo zami, ngabe sengibhubhele ekuhluphekeni kwami. |
93. | Laphakade kangiyikukhohlwa imithetho yakho, ngoba ungivuselele ngayo. |
94. | Ngingowakho, ungisindise; ngoba ngiyidingile imithetho yakho. |
95. | Ababi bangilindele ukungibhubhisa; ngiyananzelela izifakazelo zakho. |
96. | Ngibonile ukucina kwakho konke ukuphelela, kodwa umlayo wakho ubanzi kakhulu. |
97. | Ngiwuthanda kangakanani umlayo wakho! Usuku lonke uyikuzindla kwami. |
98. | Ngemithetho yakho uyangihlakaniphisa kulezitha zami, ngoba ilami kuze kube nininini. |
99. | Ngilokuqedisisa kulabo bonke abafundisi bami, ngoba izifakazelo zakho ziyikuzindla kwami. |
100. | Ngiyaqedisisa kulabadala, ngoba ngigcina imithetho yakho. |
101. | Ngizinqandile inyawo zami kuyo yonke indlela embi, ukuze ngigcine ilizwi lakho. |
102. | Kangiphambukanga kuzahlulelo zakho, ngoba wena ungifundisile. |
103. | Amnandi kangakanani amazwi akho ekunambitheni kwami, okwedlula uluju emlonyeni wami! |
104. | Emithethweni yakho ngizuza ukuqedisisa; ngenxa yalokho ngizonda yonke indlela yamanga. |
105. | Ilizwi lakho liyisibane enyaweni lwami, lokukhanya endleleni yami. |
106. | Ngifungile, ngiza ku qinisa, ukugcina izahlulelo zokulunga kwakho. |
107. | Ngiyahlupheka kakhulukazi; Nkosi, ngivuselela ngokwelizwi lakho. |
108. | Nkosi, yemukela iminikelo yesihle yomlomo wami, ungifundise izahlulelo zakho. |
109. | Umphefumulo wami usesandleni sami njalonjalo, kodwa kangikhohlwa umlayo wakho. |
110. | Ababi bangibekele umjibila, kodwa kangiduhanga emithethweni yakho. |
111. | Ngidle ilifa lezifakazelo zakho kuze kube nininini, ngoba ziyintokozo yenhliziyo yami. |
112. | Ngithobe inhliziyo yami ukwenza izimiso zakho njalonjalo, kuze kube sekupheleni. |
113. | Ngiyabazonda abanhliziyombili, kodwa umlayo wakho ngiyawuthanda. |
114. | Wena uyisiphephelo sami lesihlangu sami; ngithemba elizwini lakho. |
115. | Sukani kimi benzi bobubi, ngoba ngigcine imithetho kaNkulunkulu wami. |
116. | Ngisekela ngokwelizwi lakho ukuze ngiphile, ungangiyangisi ngethemba lami. |
117. | Ngisekela ngibe sengisindiswa, ngizananzelela izimiso zakho njalonjalo. |
118. | Uyabalahla bonke abaduha ezimisweni zakho, ngoba ubuqili babo bungamanga. |
119. | Uyasusa bonke ababi bomhlaba njeng amanyele; ngakho ngiyazithanda izifakazelo zakho. |
120. | Inyama yami iyathuthumela ngovalo ngawe, ngesaba izigwebo zakho. |
121. | Ngenzile ukwahlulela lokulunga; ungangiyekeli kubacindezeli bami. |
122. | Mela inceku yakho kube kuhle, abazigqajayo kabangangicindezeli. |
123. | Amehlo ami aphelela usindiso lwakho, lelizwi lokulunga kwakho. |
124. | Yenza encekwini yakho ngokomusa wakho, ungifundise izimiso zakho. |
125. | Ngiyinceku yakho; ngiphe ukuqedisisa, ukuze ngazi izifakazelo zakho. |
126. | Se kuyisikhathi se Nkosi sokuthi isebenze, ngoba bawephule umlayo wakho. |
127. | Ngakho-ke ngiyayithanda imithetho yakho kakhulu kulegolide, yebo, kulegolide elicwengekileyo. |
128. | Ngalokho imithetho yakho yonke mayelana lazo zonke izinto ngiyibona iqondile; yonke indlela yamanga ngiyayizonda. |
129. | Izifakazelo zakho ziyamangalisa; ngakho-ke umphefumulo wami uyazigcina. |
130. | Ukuvulwa kwamazwi akho kuyakhanyisa, kunika ukuqedisisa kwabangelalwazi. |
131. | Ngavula umlomo wami, ngaphefuzela, ngoba ngalangazelela imithetho yakho. |
132. | Phendukela kimi, ube lomusa kimi, njengomkhuba kulabo abathanda ibizo lakho. |
133. | Qinisa izinyathelo zami elizwini lakho, njalo kabungabusi phezu kwami labubi. |
134. | Ngikhulula kucindezelo lwabantu, ukuze ngigcine imithetho yakho. |
135. | Khanyisa ubuso bakho phezu kwenceku yakho, ungifundise izimiso zakho. |
136. | Imifula yamanzi iyehla emehlweni ami, ngoba kabagcini umlayo wakho. |
137. | Wena, Nkosi, ulungile, ziqondile izahlulelo zakho. |
138. | Ulayile izifakazelo zakho e zilungileyo lezithembekileyo kakhulu. |
139. | Ukutshiseka kwami kungiqedile, ngoba izitha zami zikhohlwe amazwi akho. |
140. | Ilizwi lakho licwengekile kakhulu; ngakho inceku yakho iyalithanda. |
141. | Ngimncinyane, ngidelelekile; imithetho yakho kangiyikhohlwa. |
142. | Ukulunga kwakho kuyikulunga kuze kube phakade, lomlayo wakho uliqiniso. |
143. | Ucindezelo lohlupho kungifumene; imithetho yakho izintokozo zami. |
144. | Ukulunga kwezifakazelo zakho kungokwaphakade; ngiphe ukuqedisisa ukuze ngiphile. |
145. | Ngakhala ngenhliziyo yami yonke; ngiphendula, Nkosi. Ngizagcina izimiso zakho. |
146. | Ngikhalela kuwe; ngisindisa, njalo ngizagcina izifakazelo zakho. |
147. | Ngandulela uvivi, ngakhala; ngathembela elizwini lakho. |
148. | Amehlo ami aqalela imilindo yobusuku, ukuze ngizindle elizwini lakho. |
149. | Zwana ilizwi lami ngokomusa wakho; Nkosi, ngivuselela ngokwesehlulelo sakho. |
150. | Bayasondela abazingeli bobubi, bakhatshana lomlayo wakho. |
151. | Wena useduze, Nkosi, lemithetho yakho yonke iliqiniso. |
152. | Sekukade ngisazi ngemilayo yakho ukuthi uyisekele kuze kube nininini. |
153. | Khangela ukuhlupheka kwami, ungikhulule, ngoba kangiwukhohlwa umlayo wakho. |
154. | Mela udaba lwami, ungihlenge; ngivuselela ngokwelizwi lakho. |
155. | Usindiso lukhatshana lababi, ngoba kabadingi izimiso zakho. |
156. | Izihawu zakho, Nkosi, zinkulu; ngivuselela ngokwezahlulelo zakho. |
157. | Banengi abangizingelayo labayizitha zami; kangiphambuki ezifakazelweni zakho. |
158. | Ngabona abaphambuki, ngacunuka, ngoba kabagcinanga ilizwi lakho. |
159. | Bona ukuthi ngiyayithanda imithetho yakho. Ngivuselela, Nkosi, ngokothandolomusa lwakho. |
160. | Ilizwi lakho liliqiniso kwase kuqal eni, laso sonke isahlulelo sakho esilungileyo simi kuze kube nininini. |
161. | Iziphathamandla zingizingela kungelasizatho; kodwa inhliziyo yami ilovalo ngamazwi akho. |
162. | Ngiyathokoza ngelizwi lakho njengothole impango enkulu. |
163. | Amanga ngiyawazonda ngiyawenyanya; umlayo wakho ngiyawuthanda. |
164. | Kasikhombisa ngosuku ngiyakudumisa ngenxa yezahlulelo zakho ezilungileyo. |
165. | Balokuthula okukhulu abathanda umlayo wakho; njalo kakulasikhubekiso kubo. |
166. | Ngilindele usindiso lwakho, Nkosi, ngiyayenza imithetho yakho. |
167. | Umphefumulo wami uyazigcina izifakazelo zakho, ngiyazithanda kakhulu. |
168. | Ngiyagcina imithetho yakho lezifakazelo zakho, ngoba zonke indlela zami ziphambi kwakho. |
169. | Ukukhala kwami kakusondele kuwe, Nkosi; ngiphe ukuqedisisa ngokwelizwi lakho. |
170. | Ukuncenga kwami kakufike phambi kwakho; ngikhulula ngokwelizwi lakho. |
171. | Indebe zami zizathulula indumiso, ngoba ungifundisile izimiso zakho. |
172. | Ulimi lwami luzakhuluma ilizwi lakho, ngoba yonke imithetho yakho iyikulunga. |
173. | Isandla sakho kasibe lusizo lwami, ngoba ngikhethile imithetho yakho. |
174. | Ngiyalangazelela usindiso lwakho, Nkosi, lomlayo wakho uyintokozo yami. |
175. | Kawuphile umphefumulo wami, njalo uzakudumisa, lezahlulelo zakho zingisize. |
176. | Ngiduhile njengemvu elahlekileyo; dinga inceku yakho, ngoba kangikhohlwa imithetho yakho. |
← Psalms (119/150) → |