← Job (9/42) → |
1. | UJobe wasephendula wathi: |
2. | Ngeqiniso ngiyazi ukuthi kunjalo. Kodwa umuntu angalunga njani kuNkulunkulu? |
3. | Uba efisa ukuphikisana laye, kayikumphendula okukodwa phakathi kwenkulungwane. |
4. | Uhlakaniphile enhliziyweni, uqinile emandleni: Ngubani oziqinisileyo wamelana laye waphumelela? |
5. | Osusa izintaba njalo zingazi, ozigenqula entukuthelweni yakhe. |
6. | Onyikinya umhlaba awususe endaweni yawo, lensika zawo zizamazame. |
7. | Olaya ilanga ukuthi lingaphumi, avalele inkanyezi ngophawu. |
8. | Owendlala amazulu eyedwa, anyathele phezu kwezingqonga zolwandle. |
9. | Owenza iBhere, iziNja, lesiLimela, lamakamelo eningizimu. |
10. | Owenza izinto ezinkulu ezingelakuhlolwa, lezimangalisayo ezingelakubalwa. |
11. | Khangela, uyedlula phansi kwami nginga m boni, edlulele phambili ngingamuzwa. |
12. | Khangela, uyahluthuna, ngubani ongamnqanda? Ngubani ongathi kuye: Wenzani? |
13. | UNkulunkulu kayinqandi intukuthelo yakhe. Abasizi bokuziqhenya bayakhothama phansi kwakhe. |
14. | Pho-ke, mina ngingamphendula ngithini, ngikhethe amazwi ami okuqondana laye? |
15. | Ebengingeke ngamphendula loba bengilungile; ngizacela isihawu kumahluleli wami. |
16. | Uba bengibizile, wangiphendula, bengingayikukholwa ukuthi ubekile indlebe elizwini lami. |
17. | Ngoba uyangihlifiza ngesiphepho, andise amanxeba ami kungelasizatho. |
18. | Kangivumeli ukukhokha umoya, kodwa engigcwalisa ngezinto ezibabayo. |
19. | Uba ku ngamandla, khangela, ul amandla. Njalo uba ku ngesahlulelo, ngubani ozangimisela isikhathi? |
20. | Aluba ngilungile, umlomo wami uzangilahla; uba ngiphelele, uzakuthi ngonakele. |
21. | Ngiphelele, angikhathaleli umphefumulo wami, ngidelela impilo yami. |
22. | Kunye lokho, ngenxa yalokho ngithi: Uyabhubhisa olungileyo lomubi. |
23. | Lapho isiswepu sibulala ngokujumayo, uzahleka ukudangala kwabangelacala. |
24. | Umhlaba unikelwe esandleni somubi; wembesa ubuso babehluleli bawo. Uba kungenjalo, pho, ngubani? |
25. | Njalo insuku zami zilejubane kulesigijimi; ziyabaleka, kaziboni okuhle. |
26. | Ziyedlula njengezikepe zomhlanga, njengokhozi olutheleka empangweni. |
27. | Uba ngisithi: Ngizakhohlwa ukusola kwami, ngitshiye ukunyukumala kwami, ngithokoze, |
28. | ngiyesaba zonke insizi zami, ngiyazi ukuthi kawuyikungiphatha njengongelacala. |
29. | Ngilecala mina, pho, ngizatshikatshikelelani ize? |
30. | Uba ngizigezisa ngamanzi eliqhwa elikhithikayo, ngihlambulule izandla zami ngesepa, |
31. | khona uzangiphosela emgodini, besengisenyanywa yizigqoko zami. |
32. | Ngoba kasuye umuntu njengami ukuze ngimphendule, ukuze siye ndawonye kusahlulelo. |
33. | Kakukho umqamuli phakathi kwethu o ngabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili. |
34. | Kasuse uswazi lwakhe kimi, njalo uvalo ngaye lungangethusi. |
35. | Bengingakhuluma ngingamesabi, kodwa anginjalo ngokwami. |
← Job (9/42) → |