← Job (37/42) → |
1. | Langenxa yalokho inhliziyo yami iyathuthumela, yeqe endaweni yayo. |
2. | Zwana lokuzwa umdumo welizwi lakhe, lomsindo o phuma emlonyeni wakhe. |
3. | Uyakukhulula ngaphansi kwamazulu wonke, lokukhanya kwakhe kuze kube semikhawulweni yomhlaba. |
4. | Emva kwalokho kubhonga ilizwi, uyaduma ngelizwi lokuphakama kwakhe, angakunqandi lapho kuzwakala ilizwi lakhe. |
5. | UNkulunkulu uyaduma ngelizwi lakhe ngokumangalisayo kakhulu, wenza izinto ezinkulu, esingeziqedisise. |
6. | Ngoba kuliqhwa elikhithikayo uthi: Woba semhlabeni; la ku zihlambo zezulu, la ku zihlambo zezulu elikhulu lamandla akhe. |
7. | Uyanamathelisa isandla somuntu wonke, ukuze bazi bonke abantu bomsebenzi wakhe. |
8. | Inyamazana ziyangena emihomeni yazo, zihlale ezikhundleni zazo. |
9. | Isivunguzane siphuma ekamelweni, lomqando emoyeni wenyakatho. |
10. | Ngomoya kaNkulunkulu kunikwa ungqwaqwane, lamanzi abanzi abe yilitshe. |
11. | Njalo uthwalisa amayezi ngobumanzi, ahlakaze iyezi lokukhanya kwakhe. |
12. | Njalo lona liyajikajika liphenduka ngokuqondisa kwakhe, ukuze enze konke awalaye khona, ebusweni bomhlaba emhlabathini. |
13. | Loba ngoswazi, loba ngomhlaba wakhe, loba ngomusa, uyakufikisa. |
14. | Beka indlebe kukho, Jobe; mana, unanzelele imisebenzi emangalisayo kaNkulunkulu. |
15. | Uyazi yini ukuthi uNkulunkulu uwalungisa nini, enze ukukhanya kwamayezi akhe kukhanye? |
16. | Uyazi yini ukulengiswa kwamayezi, izimangaliso zopheleleyo elwazini lonke? |
17. | Ukuthi izigqoko zakho zikhudumala njani, ekuthuliseni umhlaba ngo moya weningizimu? |
18. | Uwendlalile yini amayezi kanye laye, aqine njengesibuko esibunjiweyo ngokuncibilikisa? |
19. | Sifundise ukuthi sizakuthini kuye; singeke silungise lutho ngenxa yomnyama. |
20. | Kungalandiswa kuye yini ukuthi ngiyakhuluma? Uba umuntu engakhuluma, isibili uzaginywa. |
21. | Khathesi-ke kabakuboni ukukhanya okubenyezelayo okusemayezini, lapho umoya udlula uwahlambulula. |
22. | Igolide livela enyakatho. KuNkulunkulu kulobukhosi obesabekayo. |
23. | USomandla singemfumane; uphakeme ngamandla, langokwahlulela, njalo mkhulu ngokulunga; kacindezeli. |
24. | Ngakho abantu bayamesaba; kanaki wonke owabahlakaniphileyo ngenhliziyo. |
← Job (37/42) → |