← Job (29/42) → |
1. | UJobe wasebuya ephakamisa isaga sakhe wathi: |
2. | Kungathi ngabe nginjengenyang eni zamandulo, njengensuk wini uNkulunkulu angigcine ngazo, |
3. | lapho isibane sakhe sakhanya phezu kwekhanda lami; ngahamba e mnyam eni ngokukhanya kwakhe! |
4. | Njengoba nganginjalo ensukwini zokuvuthwa kwami, lapho iseluleko sikaNkulunkulu sasiphezu kwethente lami, |
5. | lapho uSomandla wayeseselami, l abantwana bami bengiphahlile, |
6. | lapho ngagezisa izinyathelo zami ngolaza, ledwala langithululela imifula yamafutha! |
7. | Lapho ngaphuma ngaya esangweni ngidabula umuzi, ngalungisa isihlalo sami emdangeni; |
8. | amajaha angibona, acatsha; lamaxhegu asukuma ema; |
9. | iziphathamandla zayekela ukukhuluma, zabeka isandla phezu komlomo wazo; |
10. | ilizwi labakhulu lacatsha, lolimi lwabo lwanamathela elwangeni lwabo. |
11. | Lapho indlebe isizwa yangibusisa, lelihlo libona langifakazela, |
12. | ngoba ngakhulula umyanga okhalayo, lentandane, longelamsizi. |
13. | Isibusiso sobhubhayo sehlele phezu kwami, njalo ngenza inhliziyo yomfelokazi ihlabele ngentokozo. |
14. | Ngembatha ukulunga, kwangembesa; isahlulelo sami saba njengesembatho lomqhele. |
15. | Ngangingamehlo koyisiphofu, ngangizinyawo kusiqhuli. |
16. | Nganginguyise wabayanga, lendaba e ngingayaziyo ngayihlolisisa. |
17. | Ngasengisephula umhlathi womubi, nga menza a lahle impango emazinyweni akhe. |
18. | Ngasengisithi: Ngizaphela lesidleke sami, ngandise insuku njengetshebetshebe. |
19. | Impande zami zinabele emanzini, lamazolo alale ubusuku ogatsheni lwami. |
20. | Udumo lwami lutsha kimi, ledandili lami laguquka esandleni sami. |
21. | Bangilalela, belindele, bathulela iseluleko sami. |
22. | Emva kwelizwi lami kabaphendulanga, lelizwi lami lathontela phezu kwabo. |
23. | Bangilindela njengezulu, lomlomo wabo bawukhamisela izulu lokucina. |
24. | Lapho ngibahlekela, kabakholwanga, lokukhanya kobuso bami kabakuwiselanga phansi. |
25. | Ngakhetha indlela yabo ngahlala ngiy inhloko, ngahlala njengenkosi phakathi kweviyo, njengoduduza abalilayo. |
← Job (29/42) → |