← 1Chronicles (3/29) → |
1. | Njalo la ayengamadodana kaDavida awazalelwa eHebroni: Izibulo nguAmnoni kuAhinowama umJizereyelikazi; eyesibili nguDaniyeli kuAbigayili umKharmelikazi; |
2. | eyesithathu nguAbisalomu indodana kaMahaka indodakazi kaTalimayi inkosi yeGeshuri; eyesine nguAdonija indodana kaHagithi; |
3. | eyesihlanu nguShefathiya kuAbithali; eyesithupha nguIthereyamu kuEgila umkakhe. |
4. | Abayisithupha bazalelwa yena eHebroni, lapho abusa khona iminyaka eyisikhombisa lezinyanga eziyisithupha; leJerusalema wabusa iminyaka engamatshumi amathathu lantathu. |
5. | Lalaba bazalelwa yena eJerusalema: OShimeya loShobabi loNathani loSolomoni, bo bane, kuBathishuwa indodakazi kaAmiyeli; |
6. | loIbihari loElishama loElifelethi |
7. | loNoga loNefegi loJafiya |
8. | loElishama loEliyada loElifelethi, abayisificamunwemunye. |
9. | Bonke babengamadodana kaDavida, ngaphandle kwamadodana abafazi abancane, loTamari udadewabo. |
10. | Lendodana kaSolomoni yayinguRehobowamu, uAbhiya indodana yakhe, uAsa indodana yakhe, uJehoshafathi indodana yakhe, |
11. | uJoramu indodana yakhe, uAhaziya indodana yakhe, uJowashi indodana yakhe, |
12. | uAmaziya indodana yakhe, uAzariya indodana yakhe, uJothamu indodana yakhe, |
13. | uAhazi indodana yakhe, uHezekhiya indodana yakhe, uManase indodana yakhe, |
14. | uAmoni indodana yakhe, uJosiya indodana yakhe. |
15. | Njalo amadodana kaJosiya: Izibulo uJohanani, eyesibili uJehoyakhimi, eyesithathu uZedekhiya, eyesine uShaluma. |
16. | Lamadodana kaJehoyakhimi: UJekoniya indodana yakhe, uZedekhiya indodana yakhe. |
17. | Njalo amadodana kaJekoniya: UAsiri, uSheyalitiyeli indodana yakhe, |
18. | loMalikiramu, loPedaya, loShenazari, uJekamiya, uHoshama, loNedabiya. |
19. | Njalo amadodana kaPedaya: OZerubhabheli loShimeyi. Lamadodana kaZerubhabheli: OMeshulamu, loHananiya, loShelomithi udadewabo; |
20. | loHashuba, loOheli, loBerekiya, loHasadiya, uJushabi-Hesedi, amahlanu. |
21. | Lamadodana kaHananiya: OPelatiya loJeshaya; amadodana kaRefaya, amadodana kaArinani, amadodana kaObadiya, amadodana kaShekaniya. |
22. | Lamadodana kaShekaniya: UShemaya. Lamadodana kaShemaya: OHathushi loIgali loBariya loNeyariya loShafati, ayisithupha. |
23. | Njalo amadodana kaNeyariya: OEliyohenayi loHizikiya loAzirikamu, amathathu. |
24. | Njalo amadodana kaEliyohenayi: OHodaviya loEliyashibi loPelaya loAkubi loJohanani loDelaya loAnani, ayisikhombisa. |
← 1Chronicles (3/29) → |